Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.
!doctype>
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaKristu Wezinsuku Zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaKristu Wezinsuku Zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe
26.9.19
Isahluko 52
6.9.19
Isahluko 53
25.8.19
Isahluko 54
17.8.19
Isahluko 55
Ubuntu obuvamile okukhulunywa ngabo abukho kakhulu ngaphezu kwemvelo njengoba abantu becabanga, kodwa buyakwazi ukunqoba izibopho zabo bonke abantu, izehlakalo, nezinto, sinqobe amandla endawo ezungezile, futhi buyakwazi ukusondela Kimi futhi buxhumane Nami kunoma iyiphi indawo kanye nokunoma yisiphi isimo. Ngaso sonke isikhathi niyiqonda kabi intando Yami.
7.8.19
Isahluko 56
22.7.19
Isahluko 57
18.7.19
Isahluko 58
12.7.19
Isahluko 59
Amazwi KaNkulunkulu | Isahluko 59
Funa intando Yami ngokwengeziwe ezimweni ohlangana nazo futhi nakanjani uyothola ukuvunywa Yimi. Uma nje usazimisele ukufuna nokugcina inhliziyo engihloniphayo, ngiyokunika konke lokho okuntulayo. Ibandla manje lingena ekwenzeni okusemthethweni futhi zonke izinto zingena emzileni ofanele.
6.7.19
Isahluko 60
Amazwi KaNkulunkulu | Isahluko 60
2.7.19
Isahluko 61
Amazwi KaNkulunkulu | Isahluko 61
Lapho unolwazi lwesimo sakho khona-ke ufeza intando Yami. Empeleni, intando Yami ayinzima ukuyiqonda, ukuthi nje esikhathini esedlule awukaze ufune ngokwenhloso Yami. Engikufunayo akuyona imiqondo yomuntu noma imicabango yomuntu, ingasaphathwa eyokufuna imali noma izimpahla zakho. Engikufunayo yinhliziyo Yakho, uyaqonda? Yilena intando Yami, futhi ngaphezu kwalokho yilokhu engifuna ukukuthola.
20.6.19
Isahluko 62
13.6.19
Isahluko 63
7.6.19
Isahluko 64
Akufanele uqonde amazwi Ami ngendlela engenangqondo; kufanele uqonde amazwi Ami ngazo zonke izingxenye futhi kufanele uzame ukuwaqonda ngokwengeziwe futhi uzindle ngawo ngokuphindaphindiwe, hhayi ngosuku noma ngobusuku nje. Awazi lapho kukhona intando Yami noma ukuthi ngilikhokha kuyiphi ingxenye inani Lami elinesineke; ungakukhombisa kanjani ukucabangela kwakho intando Yami?
1.6.19
Isahluko 65
27.5.19
Isahluko 66
25.5.19
Isahluko 67
23.5.19
1. UNkulunkulu USomandla UnguNkulunkulu Oyedwa Obusa Phezu Kwezinto Zonke
Konke lokhu okulo mhlaba kuyashintsha ngokushesha emicabangweni kaMninimandla Onke, phansi kwamehlo Akhe. Izinto isintu esingakaze sizwe ngazo zingafika kungazelele. Kanti futhi lokho isintu okwakulokhu kungokwaso kungavele kusilahlekele singazanga. Akukho namunye ongaqonda ukuthi ukuphi uMninimandla Onke, futhi ngaphezu kwalokho, akukho namunye ongezwa ukuphakama nobukhulu bamandla empilo kaMninimandla Onke.
22.5.19
Isahluko 68
21.5.19
4. Isintu Esikhohlakele Siyidinga Ngokwengeziwe Insindiso KaNkulunkulu Obe Yinyama
(Isiqephu Esikhethiweyo Sezwi LikaNkulunkulu)
Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama
UNkulunkulu waba inyama ngenxa yokuthi ihloso yomsebenzi wakhe akuwona umoya kaSathane, noma into engaphili, kodwa umuntu, oyinyama owonakaliswe uSathane. Lokho kungenxa kanye yokuthi inyama yomuntu yonakalisiwe ukuthi uNkulunkulu wenze umuntu wenyama injongo yomsebenzi Wakhe; ngaphezu kwalokho, ngenxa yokuthi umuntu uyinjongo yenkohlakalo, wenze umuntu waba iyona kuphela injongo yomsebenzi Wakhe kuzo zonke izigaba zomsebenzi Wakhe wensindiso.
18.5.19
Isahluko 69
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)