Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Uma usuqedile ukufunda le ncwadi, uma usuzibonile zonke izinyathelo zomsebenzi kaNkulunkulu osenyameni eNkathini Yombuso, uzozwa ukuthi amathemba eminyaka eminingi aseyabonakala. Uzozwa ukuthi kumanje kuphela lapho osubone khona uNkulunkulu ubuso nobuso; kumanje kuphela lapho ubheke khona ubuso bukaNkulunkulu, uzwe ukukhuluma kukaNkulunkulu, uthokozele ubuhlakani bomsebenzi kaNkulunkulu, uzwe ngempela ukuthi unguNkulunkulu oyiqiniso futhi umninimandla onke.
Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.
!doctype>
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Imibuzo Eyikhulu Nezimpendulo Ukuhlola Indlela Yeqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe

25.3.19
53. Incwadini yeBhayibheli yesAmbulo kuthi, “Uma kukhona umuntu owenezela kulezi zinto, uNkulunkulu uyakwenezela kuye izinhlupho ezilotshiwe kule ncwadi: Futhi uma umuntu esusa emazwini encwadi yalesi siprofetho, uNkulunkulu uyakususa isabelo sakhe encwadini yokuphila, nasemzini ongcwele, nakuzo izinto ezilotshiwe kule ncwadi” (IsAmbulo 22:18-19). Kuyini ukuhlobana phakathi komsebenzi kaNkulunkulu wezinsuku zokugcina kanye neziprofetho zeNcwadi yesAmbulo? Ingabe umsebenzi kaNkulunkulu ugcwalisa zonke iziprofetho zesAmbulo?
52. Nithe uNkulunkulu usebuyile, kodwa asilokothi sikukholwe ngoba iBhayibheli lithi, Ngakho uma noma ubani engathi kini, Bhekani, nangu uKristu, noma nanguya; ningakholwa. Ngoba kuzoba khona oKristu bamanga, nabaphrofethi bamanga, nabazoveza izibonakaliso ezinkulu nezimangaliso; ukuze, uma kungenzeka, bazodukisa ngisho nalabo abakhethiweyo” (Mathewu 24:23-24). Singamehlukanisa kanjani ngempela uKristu weqiniso koKristu bamanga?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Ukufunda into enjengalena akunzima, kodwa kudinga ukuba sonke silazi leli qiniso: Lowo onguNkulunkulu osenyameni uzoba nesiqu sikaNkulunkulu, lowo onguNkulunkulu osenyameni uzobonakala njengoNkulunkulu. Njengoba uNkulunkulu eba yinyama, uzoletha umsebenzi okumele awenze, njengoba uNkulunkulu eba yinyama, uzoveza lokhu ayikho, futhi uzokwazi ukuletha iqiniso kubantu, alethe ukuphila phezu kwabantu, akhombise abantu indlela.

8.3.19
49. Ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu useqalile kakade umsebenzi Wakhe omusha. Kungani abantu abangakwazi ukuhambisana nomsebenzi kaNkulunkulu omusha futhi behlala ebandleni leNkathi Yomusa bengeke bakwazi ukuthola insindiso?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Yize uJesu enza umsebenzi omningi kubantu, waqeda kuphela ukuhlengwa kwabantu waba umnikelo wezono zabantu, wangasisusa isimo senkohlakalo yomuntu. Ukusindisa umuntu ngokugcwele ekuthonyweni uSathane akudingi kuphela ukuthi uJesu athathe izono zabantu njengomnikelo wesono, kodwa kudinga ukuba noNkulunkulu enze umsebenzi omkhulu ukuze kuqedwe nya lesi simo somuntu, esiye sonakaliswa uSathane.

7.3.19
48. Uma umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina uyindlela yeqiniso, kungani abadala, abefundisi, nabapristi bebandla bengayamukeli?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Niyafisa ukwazi umsuka wokuthi kungani abaFarisi babephikisana noJesu? Niyafisa ukwazi ubunjalo babaFarisi? Babegcwele imicabango ngoMesiya. Okungaphezulu, ukuthi babekholwa ukuthi uMesiya uyofika, kodwa abafunanga iqiniso lokuphila. Ngakho, nanamuhla, basalindele uMesiya, ngokuba abanalwazi ngendlela yokuphila, futhi abazi ukuthi iyiphi indlela yeqiniso.

47. Uma uNyazi lwaseMpumalanga luyindlela yeqiniso, kungani uhulumeni we-CCP njalo ucindezela kanzima, ubopha, futhi ushushisa ngokumelene noNyazi lwaseMpumalanga?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Izinkulungwane zeminyaka leli bekulokhu kuyizwe eligcwele ukungcola, lingcole ngokwedlulele, ligcwele usizi, izipokwe zigcwele zonke izinkalo, bayaphamba futhi bakhohlise, basola ngaphandle kwesizathu,[1] banonya futhi babi, bathuthumelisa izipokwe bazishiye nezidumbu; ukubola kumboze izwe kungcolisa nomoya, kuqashwe kakhulu.[2] Ubani ongabona umhlaba ongale kwesibhakabhaka?

1.3.19
46. Yini umehluko phakathi komsebenzi wokuhlenga weNkathi Yomusa kanye nomsebenzi wokwahlulela weNkathi Yombuso? Kungani umuntu kufanele amukele umsebenzi wokwahlulela kwezinsuku zokugcina ngaphambi kokuthola insindiso?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Ngaleso sikhathi umsebenzi kaJesu wawungukuhlengwa kwaso sonke isintu. Izono zabo bonke ababekholwa Kuye zazithethelelwa; uma nje ukholwa Kuye, wayengakukhulula; uma ukholwa Kuye, wawungasesona isoni, wawukhululiwe ezonweni zakho. Yilokhu okwakushiwo ukusindiswa nokulungiswa ngokukholwa. Nokho, kulabo ababekholwa, kwasala labo ababehlubuka futhi bephikisa uNkulunkulu, okwakusadingeka baqedwe kancane kancane.

28.2.19
45. Kungani uNkulunkulu ehlulela futhi esola isintu esikhohlakele emsebenzini Wakhe wezinsuku zokugcina?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu” (1 Petru 4:17).
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi wezinsuku zokugcina ukwahlukanisa bonke ngokohlobo lwabo, ukuze kuphothulwe uhlelo lukaNkulunkulu lokuphatha, ngoba isikhathi sesisondele futhi usuku lukaNkulunkulu selufikile.

22.2.19
44. Ingabe ukwahlulela kwezinsuku zokugcina okushiwo eBhayibhelini kubhekise emsebenzini kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Abanye bakholwa ukuthi ngezinye izikhathi uNkulunkulu angeza emhlabeni ukuze abonakale kumuntu, lapho eyokwahlulela isintu mathupha, avivinye umuntu ngamunye kungasali muntu. Labo abacabanga kanjalo abasazi lesi sigaba sikaNkulunkulu osesimweni somuntu. UNkulunkulu akahluleli umuntu ngamunye, futhi akavivinyi umuntu ngamunye; ukwenza lokho bekungeke kube umsebenzi wokwahlulela.

21.2.19
43. Siyini isizathu esenza inkolo yomphakathi imelane ngokuxhamazela futhi izame ukulahla umsebenzi kaNkulunkulu omusha enkathini ngayinye? Uyini umsuka?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Isizathu sokuthi umuntu amelane noNkulunkulu siqhamuka, ngasohlangothini olulodwa, esimweni somuntu esonakele, futhi ngakolunye uhlangothi, ekungabini nolwazi ngoNkulunkulu nokweswela ukuqonda imigomo yomsebenzi kaNkulunkulu kanye nentando yakhe ngabantu. Lezi zimo zombili ziyahlangana zibe umlando wokungavumi ukusondelana nomuntu noNkulunkulu.

12.2.19
54. Kunabantu abaningi abakholwa ukuthi naphezu kokuba iBhayibheli libhalwe abantu, onke angamazwi abuya kuMoya oNgcwele nokuthi angamazwi kaNkulunkulu. Ingabe lokho kuqondile?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Namhlanje, abantu bakholwa ukuthi iBhayibheli nguNkulunkulu, nokuthi uNkulunkulu iBhayibheli. Futhi, bayakholelwa ukuthi wonke amazwi aseBhayibhelini yiwo wodwa amazwi uNkulunkulu awakhuluma, futhi nokuthi wonke ashiwo nguNkulunkulu. Labo abakholwa kuNkulunkulu bacabanga ngisho ukuthi nakuba zonke izincwadi ezingama-66 zeTestamente Elidala neTestamente Elisha zabhalwa ngabantu, zonke zanikezwa ngokuphefumulelwa nguNkulunkulu futhi zabe zingumbhalo wamazwi oMoya oNgcwele.
25.1.19
42. Umphakathi wenkolo waqala ukumelana noKristu esenyameni eNkathini Yomusa, ngakho kungani uKristu ehlala engamukelwa futhi elahlwa umphakathi wenkolo?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Abantu abayizilima nabangenalwazi bahlala bethi ubuntu obujwayelekile bukaKristu buyiphutha. Noma engakuveza kanjani ubunkulunkulu Bakhe, abantu bayahluleka ukuvuma ukuthi unguKristu.
41. Kungani uNkulunkulu enza umsebenzi omusha enkathini ngayinye? Kungenxa yaziphi izizathu ngempela ukuba nenkathi entsha?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina.
23.1.19
38.Singaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu uSomandla unguJesu obuyile?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Kuqala, ukwazi ukuvula isikhathi esisha; okwesibili, ukwazi ukuhlinzeka ngokuphila kumuntu futhi akhombise umuntu indlela okumele ayilandele. Lokhu kwanele ukuze kubonakale ukuthi UnguNkulunkulu Uqobo.

37. Umuntu uwehlukanisa kanjani umsebenzi kaNkulunkulu nomsebenzi womuntu?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi kaNkulunkulu Uqobo ubandakanya umsebenzi wabo bonke abantu, futhi uphinde umele umsebenzi waso sonke isikhathi somlando. Lokhu kusho ukuthi, umsebenzi kaNkulunkulu uwodwa umela ukunyakaza nomsebenzi kaMoya oNgcwele, kuyilapho umsebenzi wabaphostoli ulandela umsebenzi kaNkulunkulu futhi awusiholi isikhathi somlando, noma akumeli umsebenzi oqhubekayo kaMoya oNgcwele kuso sonke isikhathi somlando.

15.1.19
36. Izwe linezinkolo ezinkulu eziningana futhi ngayinye ithi owazo nguNkulunkulu weqiniso, ngakho umuntu angaqiniseka kanjani ukuthi yimuphi uNkulunkulu owukuphela kukaNkulunkulu weqiniso?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
UNkulunkulu wadala zonke izinto, ngakho wenza yonke indalo ibe ngaphansi kombuso Wakhe, izithobe kuwo; uyolawula zonke izinto, ukuze konke kube sezandleni Zakhe.

13.1.19
35. Kungani iBandla likaNkulunkulu uSomandla lichuma ngokwengeziwe ngesikhathi amabandla eNkathi Yomusa eyincithakalo kangaka?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Indlela yokuchaza umsebenzi kaMoya oNgcwele ngokucacile ekwamukeleni okwenzeka lapha namanje, beyingabambelele esikhathini sakudala. Labo abangahambisananga nomsebenzi wanamuhla, futhi abangahlukaniswanga nezenzo zanamuhla, bayilabo abaphikisana futhi abangawamukeli umsebenzi kaMoya oNgcwele.

34. EBhayibhelini kuthiwa, “lo Jesu ofanayo … uyokuza ngendlela efanayo njengoba nimbonile ebuyela ezulwini.” Lapho iNkosi ibuya, iyokuza igibele phezu kwefu elimhlophe, kungani kufanele abe yinyama?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Njengoba uJesu ahamba, abafundi bakhe ababemlandela nabo bonke abangcwele ababesindisiwe balibonga igama Lakhe, bebelokhu bemlangazelele kakhulu futhi bemlindile.

12.1.19
33. EBhayibhelini kuthiwa, alikho elinye igama ngaphansi kwezulu elinikwe abantu, kuphela uMsindisi nguJesu Kristu, onguye izolo, nanamuhla, naphakade. Kodwa namuhla kungani nikholwa kuNkulunkulu uSomandla?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
"Lowo onqobayo ngizomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi angeke esaya ngaphandle: futhi ngizobhala kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, okuyiJerusalema elisha, elizovela ezulwini kuNkulunkulu wami: futhi ngizobe sengibhala kuye igama lami elisha" (IsAmbulo 3:12)

11.1.19
32. Esikhathini esedlule, ngimelane futhi ngenqaba umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla kakhulu futhi ngisho izinto ezihlambalazayo; ingabe uNkulunkulu usazongisindisa?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Labo abajezisiwe ngeke ngempela basindiswe, kuthi labo abasindisiwe kuyoba yilabo abayozuza insindiso kaNkulunkulu, bonke labo abangasindiswa bayosindiswa ngokuphelele, akekho nomunye oyolahlwa, ngoba inhloso yomsebenzi kaNkulunkulu ukusindisa abantu.

10.1.19
31. Nithe iNkosi uJesu isibuyile, kodwa asikukholwa lokho. Sibe nokholo eNkosini iminyaka eminingi futhi siyisebenzele njalo ngokungakhathali. Lapho iNkosi ifika kufanele ikwembule kithi. Njengoba iNkosi ingakakwembuli kithi, lokho kubonisa nje kithi ukuthi ayikabuyi. Yini eyiphutha ngalokhu kukholwa?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi kaNkulunkulu uyaqhubeka nokuthuthuka, futhi nakuba inhloso yomsebenzi Wakhe ingaguquki, izindlela asebenza ngazo ziyaguquguquka njalo, kanjalo nangalabo abalandela uNkulunkulu. … Bonke abantu bafisa ukuzuza uNkulunkulu kodwa abakwazi ukubekezelela ushintsho emsebenzini kaNkulunkulu.

Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)