Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amavidiyo Okugiya Nokucula. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amavidiyo Okugiya Nokucula. Bonisa konke okuthunyelwe

12.9.19

Iminyaka Engazikhipha Ngayo Ngaphandle Ngenxa Yendodakazi Yami

IBandla LikaNkulunkulu USomandla, mkristu Ubufakazi,Unyazi LwaseMpumalanga

uYang Yuqing, eJapan

Ngazalelwa edolobhaneni elincane eChina, futhi ngakhulela lapho ngiphila impilo ejwayelekile, nelula. Ngenxa yokuthi umndeni wami wawumpofu, kwadingeka ngiyosebenza edolobheni elikhulu ngemuva kokuqeda ibanga labancane lesikole esiphakeme lapho ngineminyaka eyi-16.

6.3.19

South African Worship Song "Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade"



South African Gospel Song "Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade"


I
Amazwi kaNkulunkulu ayiqiniso, elingaguquki phakade.
UNkulunkulu ungumnikezi wokuphila, futhi nguye kuphela umqondisi womuntu.
Ukubaluleka nomqondo wamazwi Akhe kunqunywa yingqikithi yawo,
hhayi uma umuntu ewemukela noma ewabona.

9.2.19

South African Gospel Music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde"



South African Gospel Music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde" Thanda uNkulunkulu Impilo Yami Yonke

I
Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula. Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.
O sithandwa sami, uKuphi? Manje ngiyakhala. Uyakuzwa ukukhala kwami?
Nguwe onginika uthando. Uwena ongikhathalelayo.
Uwena ohlale ucabanga ngami njalo. Uwena onakekela ngesisa impilo yami.
Inyanga, ngemuva kolunye uhlangothi lwesibhakabhaka. Ungenzi isithandwa sami silinde kakhulu.

10.1.19

Uthando lukaNkulunkulu Luyayinqoba Inhliziyo Yomuntu "Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni "




Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni
I
Uyena Yedwa, unguNkulunkulu enyameni.
Lokho akushoyo, lokho akwenzayo, konke kuyiqiniso.
Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.
Ukuhlangana Naye, ukuba Naye, angive ngibusisekile.
Uyena Yedwa, uNguNkulunkulu enyameni.

8.1.19

Ingoma Yothando Olumnandi



"Ingoma Yothando Olumnandi" Zulu Best Gospel Dance

I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho. Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami; ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.

3.1.19

Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"



Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"

I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,

29.12.18

Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu"



Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Isimo sikaNkulunkulu sihlanganisa uthando Lwakhe nokududuza Kwakhe isintu,
sihlanganisa ukuzonda Kwakhe nokuqonda Kwakhe ngokugcwele isintu.

26.12.18

South African "Isizwe Nesizwe Sikhonza Unkulunkulu Usomandla"



Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi.

25.12.18

Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"



Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"

I
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina
uphetha iNkathi Yomusa futhi ukhuluma amazwi aphelelisa nakhanyisayo,
amazwi asusa imiqondo engacacile ngoNkulunkulu enhliziyweni yomuntu.
UJesu wenza umsebenzi owawehlukile.

22.12.18

"Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu




Zulu Gospel Song "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha"

I
Babusisiwe bonke labo abakwazi ukulalela
amazwi amanje kaMoya oNgcwele.
Kungakhathaleki ukuthi babenjani, noma ukuthi iMoya oNgcwele
wayesebenza kanjani phakathi kwabo,
labo abazuze umsebenzi wakamuva
ngababusiswe kakhulu.

20.12.18

Gospel Song "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"



South African Gospel Song "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"

I
Umsebenzi kaNkulunkulu esenyameni awumangalisi, futhi awumboziwe yimfihlakalo.
Ungokoqobo futhi uyiqiniso, njengokuthi okukodwa nokukodwa kuba okubili;
awucashile futhi akunabuqili.

18.12.18

"Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)



Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uzobuyisela Isimo Sokuqala Sendalo"

I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.
Lapho uNkulunkulu edala umhlaba, zonke izinto zazingokwezinhlobo zazo,
nakho konke okunesimo esibonakalayo.

13.12.18

Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu



Zulu Gospel Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"

Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini "Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam"
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.
Yize isithombe siqukethe uNkulunkulu nomuntu kuphela,
ubudlelwano obuphakathi kwalaba bobabili busondelene kakhulu
siqala ukufikelwa ukumangala, ukumangala nothando.

6.12.18

Zulu Gospel Music "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"



Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"
I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.

3.12.18

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu Dubbed)



Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu (Zulu)
I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

7.11.18

Zulu Gospel Music "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" (Zulu Subtitles)



Zulu Gospel Song "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Abantu abaningi kakhulu bayakholwa, kodwa bambalwa kakhulu abaqondayo ukuthi ukholo kuNkulunkulu lusho ukuthini ngempela,
yini okufanele bayenze ukuze benze ngokuvumelana nenhliziyo kaNkulunkulu.
Abaningi bayalazi igama elithi “Nkulunkulu,” bayayazi imishwana enjengethi “umsebenzi kaNkulunkulu,”
kodwa abamazi Yena, nalokho akwenzayo ngempela.

1.11.18

Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" hubo Lamazwi KaNkulunkulu

I
UNkulunkulu ukunika ukuphila; yisipho osithola Kuye.
Ngakho kuwumsebenzi wakho ukufakaza Ngaye.
UNkulunkulu ukunika inkazimulo Yakhe, impilo Yakhe ama-Israyeli angabanga nayo.
Ngakho futhi kufanele unikele impilo nobusha bakho Kuye.
Unenkazimulo kaNkulunkulu, ngakho kufanele ufakazele uNkulunkulu. Kumisiwe.

30.10.18

Zulu Gospel Song "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili"



Zulu Gospel Song "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili"
I
Umsebenzi kaNkulunkulu uqhubekela phambili;
Nakuba inhloso isele ingaguqukile,
indlela yomsebenzi Wakhe ilokhu iguquka,
futhi kuba njalo nakulabo abamlandelayo.

29.10.18

Zulu gospel song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu

I
Uyawazi yini umthwalo, umsebenzi nokuthunywa okusehlombe lakho?
Sikuphi isenzakalo esingokomlando wakho wokuthunywa?
Uyoba kanjani ngumphathi omuhle enkathini ezayo?
Ngabe umuzwa wakho wokuphatha uqinile?

4.10.18

South Afrcan Gospel song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



South Afrcan Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.