Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ubufakazi Babanqobi. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ubufakazi Babanqobi. Bonisa konke okuthunyelwe

2.1.20

Ukuba Sejele Ekupheleleni Kobusha

 mkristu,ukuhamba noNkulunkulu

UChenxi, Esifundazweni SaseHebei 

Wonke umuntu uthi ukuphelela kobusha bethu yisikhathi sokuphila esihle nesimsulwa kakhulu. Mhlawumbe kwabaningi, leyo minyaka igcwele izinkumbulo ezimnandi, kodwa lokho engangingakaze ngikulindele kwaba ukuthi ngichithe ubusha bami ejele. Kungenzeka ungibuke ngendlela engavamile ngalokhu, kodwa angizisoli. Ngisho nakuba leso sikhathi sokuvalelwa sasigcwele usizi nezinyembezi, saba yisipho esiyigugu kakhulu ekuphileni kwami, futhi ngafunda okuningi kuso.

7.5.19

"Umlando Wokuhlushwa Ngenxa Yenkolo eChina" (Zulu Documentary)



Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseChina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo. Libophe futhi labulala amaKristu ngokuzimisela okukhulu, laxosha futhi lahlukumeza amamishinari asebenza eChina, lashaqa futhi lashisa inqwaba yamakhophi eBhayibheli, lavala futhi lacekela phansi amasonto, futhi ngaphandle kwempumelelo lazama ukuqeda onke amandla akhonzela ezindlini.

21.7.18

Uthando LukaNkulunkulu Lwalunami Ejele Elimnyama LikaDeveli

UYang Yi, Esifundazweni saseJiangsu

 NgingumKristu weBandla likaNkulunkulu uSomandla. Sengibe umlandeli kaNkulunkulu uSomandla iminyaka engaphezu kweyishumi. Phakathi nalesi sikhathi, into eyodwa engingakaze ngiyikhohlwe usizi olwesabekayo lapho ngiboshwa amaphoyisa e-CCP eminyakeni eyishumi edlule. Ngaleso sikhathi, ngaphandle kokuhlushwa kwami nokunyathelwa dimoniamadimoni amabi, kanye nokucishe ngife izikhathi eziningi, uNkulunkulu uSomandla wasebenzisa isandla Sakhe esinamandla ukungiqondisa nokungivikela, ukuba angibuyisele ekuphileni, nokuthi angibuyisele ekulondekeni…. Ngalokhu, ngabona ngempela ukuphakama nobukhulu bamandla okuphila kaNkulunkulu, futhi ngazuza umcebo wokuphila okuyigugu uNkulunkulu angiphe khona.

20.7.18

Kusukela Ekuhlukunyezweni Kuphuma Amakha Othando

UXiaokai, Esifundazweni saseJiangxi

 Ngingowesifazane ojwayelekile wasemaphandleni futhi, ngenxa yombono wokukholelwa ekutheni abantwana besilisa kuphela ababalulekile, ngangingakwazi ukuphakamisa ikhanda lami phambi kwabanye ngenxa yehlazo lokuthi angizalanga umfana. Kuthe ngale nkathi ngihlupheka kakhulu, ngakhethwa yiNkosi uJesu futhi, ngemva kweminyaka emibili, ngamukela insindiso kaNkulunkulu uSomandla. Ngaphezu kwalokho, ngaqonda kakhulu iqiniso elivela emazwini kaNkulunkulu uSomandla yase inhliziyo yami ithola ukukhululeka kwangempela. Nokho, lapho ngenza umsebenzi wami wokukhokhela uthando lukaNkulunkulu, ngaboshwa kabili nguhulumeni we-CCP futhi ngathola ukuhlukunyezwa nokuhlushwa ezandleni zababesetshenziswa yi-CCP. Lapho nje sengisethunzini lokufa, amazwi kaNkulunkulu uSomandla angiqondisa futhi angikhuthaza futhi angenza ngafakaza phakathi nokulinyazwa ngonya uSathane, ngalokho aqinisa ukuzimisela kwami ukulandela uNkulunkulu nokuthanda uNkulunkulu ngakho konke ukuphila kwami.

14.7.18

UMLANDO WOKUHLUSHWA NGENXA YENKOLO ECHINA: ICEBO LOKUFIHLA UBUFAKAZI (Iziqeshana)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo. Libophe futhi labulala amaKristu ngokuzimisela okukhulu, laxosha futhi lahlukumeza amamishinari asebenza eShayina, lashaqa futhi lashisa inqwaba yamakhophi eBhayibheli, lavala futhi lacekela phansi amasonto, futhi ngaphandle kwempumelelo lazama ukuqeda zonke izindlu zokukhonzela. Le filimu ikhombisa ukushona okungazelele komKristu waseShayina ogama linguSong Xiaolan – ukufa iphoyisa le-CCP lachaza ngakho linikeza izincazelo ezingafani futhi ezishayisanayo.

UMLANDO WOKUHLUSHWA NGENXA YENKOLO ECHINA: ICEBO LOKUFIHLA UBUFAKAZI

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo. Libophe futhi labulala amaKristu ngokuzimisela okukhulu, laxosha futhi lahlukumeza amamishinari asebenza eShayina, lashaqa futhi lashisa inqwaba yamakhophi eBhayibheli, lavala futhi lacekela phansi amasonto, futhi ngaphandle kwempumelelo lazama ukuqeda zonke izindlu zokukhonzela.

26.6.18

"EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU" Christian gospel movie


Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni. Phakathi nophenyo, amaphoyisa ayemyenga, emsabisa, emlimaza futhi emhlukumeza ngoba ezama ukumenza adumaze uNkulunkulu ngokuthi adalule ukuthi bakuphi abaholi bebandla kanye nemali yebandla.