Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Abahlabeleli beVangeli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Abahlabeleli beVangeli. Bonisa konke okuthunyelwe

27.12.19

South African Christian Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Okugqamile 2 (Zulu Subs)



South African Christian Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Okugqamile 2: Ukuthokozela Ukufika KukaNkulunkulu (Zulu Subs)

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

29.11.19

South African Gospel Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)



South African Gospel Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

13.5.19

South African Gospel Song "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu"



South African Gospel Song "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu" 


Manje ekuphakanyisweni, ubungcwele nokulunga kukaNkulunkulu
Kuyachuma emkhathini wonke, kuphakanyisiwe kuso sonke isintu.
Amadolobha ezulu ayahleka, imibuso yomhlaba iyadansa.
Ubani ongajabuli? Ubani ongakhiphi izinyembezi?
Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,
Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

3.5.19

"Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso



South African Gospel Song "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe"


Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.
Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.
Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.
Ngiphakamisa izandla ngidumisa, ngiyathokoza ukuthi Wena weza kulo mhlaba.

9.4.19

Musical Drama "Indaba kaXiaozhen" | Official Trailer



Musical Drama "Indaba kaXiaozhen"


UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe. Emva kokudlula kulesi sigemegeme, uXiaozhen waphoqeleka ukushiya inhliziyo yakhe yeqiniso nemigomo yakhe yasekuqaleni.

1.4.19

"Indaba kaXiaozhen" (1) - Idwala, Iphepha, Izikelo | Musical Drama



"Indaba kaXiaozhen" (1) - Idwala, Iphepha, Izikelo | Musical Drama


Iqoqo lezingane ezithandekao neziphapheme zazizidlalela nje umdlalo ngenkathi zibuza umbuzo ngaphandle kokucabanga othi, “Isintu sivelaphi?” Uyayazi yini impendulo yalo mbuzo?

26.3.19

"Indaba kaXiaozhen" (2) - Belwela Igolide | Musical Drama



"Indaba kaXiaozhen" (2) - Belwela Igolide | South African Gospel Music


Ngenkathi uXiaozhen ethola iqhezu elikhulu legolide, wabiza abangani bakhe ukuthi beze bezohlephulelana lona. Angakucabanganga ukuthi uma nje abantu bebona igolide, ubuhle nobubi bemvelo yomuntu buvela obala …

27.2.19

"Indaba kaXiaozhen" (3) - Elahla Abahle Elandela Ababi



Kulo mhlaba wezinhliziyo ezimbi lapho imali iyinkosi, ikuphi okwenziwa uXiaozhen owayehlanzekile futhi elungile, ukuze aphile futhi asinde …

6.1.19

Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Unikeza Umthetho"



Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Unikeza Umthetho"

Emuva kokuba uMose ehole ama-Israyeli aphuma eGibhithe, uNkulunkulu wamemezela imithetho nemiyalelo, eyaqondisa impilo yama-Israyeli emhlabeni futhi yafundisa abantu indlela yokukhonza uNkulunkulu.

16.12.18

"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu



Gospel Movie Clip "AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu"

Emuva kokuvuka kweNkosi uJesu, amaJuda adingiswa kuwo wonke umhlaba, nokwenza ukuthi ivangeli lombuso wezulu lisabalale kuwo wonke amagumbi omhlaba.

15.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu



Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu"

Yini eyadala ukuphakama koMbuso wamaNgisi owake wanedumela? Futhi yini eyaholela ekuweni kwawo?

12.12.18

New 2018 Gospel Music "Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba"



South African Gospel Music 2018 "Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba" (Zulu Subtitles)

UGenesise ulandisa ngendlela, ekuqaleni, uNkulunkulu adala ngayo umhlaba ngokumangalisayo. Lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu sikwethulela isenzo esimangalisayo sikaNkulunkulu sokudala umhlaba.

9.12.18

Gospel Movie Clip - "Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo"



Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo

Lapho ubuka isiqephu esimangalisayo sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukubhubhisa KukaNkulunkulu Umhlaba Ngozamcolo, uzothola isimo sikaNkulunkulu esingcwele esinokulunga nokunakekela nobubele Bakhe esintwini, futhi uzothola indlela eya ensindisweni kaNkulunkulu phakathi kwezinhlekelele.

8.12.18

Gospel Movie Clip - "Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu"



Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu

Egcwele ububi nokuphinga, amadolobha amabili amakhulu aseSodoma naseGomora achukuluza isimo sikaNkulunkulu. UNkulunkulu wadedela isibabuli nomlilo kuvela emazulwini, kwangqongqisa amadolobha nabantu ababephakathi kuwo baba ngumlotha, futhi wabashabalalisa ngaphakathi kolaka Lwakhe….

7.12.18

Gospel Movie Clip - "Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli"



Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli

Emuva kwamakhulu eminyaka yokubanjwa ngumthetho, ama-Israyeli ekugcineni abhekana nengozi yokulahlwa nokubulawa ngumthetho ngenxa yeziphambeko zawo. Akhala ngokuphuthumayo kuNkulunkulu, owawanika isethembiso—esasizoguqula isiphetho nokuphila kwawo.

4.12.18

2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu"



South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu" (Zulu Subtitles)

Kusuka lapho sifika sikhala emhlabeni, siqala ukudlala izindawo ezehlukene empilweni. Sisuka ekuzalweni siye ebudaleni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kokujabula nosizi.… Sivelaphi ngempela isintu, futhi sizoya kuphi ngempela? Ngubani owalawula isiqalo somuntu, futhi ngubani oyalela ikusasa lakhe? Namuhla, konke kuzokwambulwa …

2.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma



Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma"
UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa

ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.

30.11.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono



Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono

NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi….

27.11.18

2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba"



2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba" (Zulu Subtitles)

Izulu nomhlaba kubanzi ngokungenamkhawulo, nezinkanyezi ezingabaleki ezakha umzungezo oowenziwe ngobunyoninco…. Uyafisa ukuthola ukuthi ngubani owadala imihlaba esemkhathini wezulu nomhlaba, futhi ngubani oyalela indlela yayo? Isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esimangalisayo esithi UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba sizokukhombisa amandla amakhulu oMdali.

23.11.18

Best Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe (Zulu Subtitles)



South African Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)

Ukuze ahole ama-Israyeli ewakhipha eGibhithe, uNkulunkulu wathumela izinhlupho eziyishumi eGibhithe, wasebenzisa igunya Lakhe ngokwahlukanisa ulwandle phakathi, futhi wakhulula ama-Israyeli empilweni yawo yobugqila—konke okwakukhombisa amandla Akhe amakhulu, futhi kwedlulisa uthando nokukhathalela Kwakhe okukhulu kwabakhethiweyo.