Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.
!doctype>
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe
15.12.19
South African Christian Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Okugqamile 1 (Zulu Subs)
South African Christian Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Okugqamile 1 (Zulu Subs)
Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?
29.11.19
South African Gospel Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)
South African Gospel Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)
Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?10.10.19
South African Christian Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance
South African Christian Music “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance
22.9.19
Zulu Gospel Song | “Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World” | Extended Preview
Zulu Gospel Song | "Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World" | Extended Preview
Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?
24.7.19
South African Gospel Music "Impilo Yethu Ayilona Ize" A Cappella | Loving God and Living For God
South African Gospel Music "Impilo Yethu Ayilona Ize" A Cappella | Loving God and Living For God
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.
Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.
Siqinisa uKristu njengeqiniso nokuphila!
Siqonda futhi sisingatha le mfihlakalo.
8.6.19
South African Gospel Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu"
South African Christian Music "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu"
Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe, imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo. UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena; bonke baphila ekukhanyeni.
28.5.19
2019 Zulu Gospel Worship Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” (Lyrics Video)
2019 Zulu Gospel Worship Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” (Lyrics Video)
Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
kumele sifune intando Yakhe,
sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.
Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe,
kunephimbo Lakhe;
lapho kunezinyathelo Zakhe,
kunemisebenzi Yakhe.
18.12.18
"Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)
Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uzobuyisela Isimo Sokuqala Sendalo"
I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.
Lapho uNkulunkulu edala umhlaba, zonke izinto zazingokwezinhlobo zazo,
nakho konke okunesimo esibonakalayo.
15.12.18
Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu
Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu"
Yini eyadala ukuphakama koMbuso wamaNgisi owake wanedumela? Futhi yini eyaholela ekuweni kwawo?
13.12.18
Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu
Zulu Gospel Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"
Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini "Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam"
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.
Yize isithombe siqukethe uNkulunkulu nomuntu kuphela,
ubudlelwano obuphakathi kwalaba bobabili busondelene kakhulu
siqala ukufikelwa ukumangala, ukumangala nothando.
3.12.18
Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu Dubbed)
Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu (Zulu)
I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.
30.10.18
Zulu Gospel Song "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili"
I
Umsebenzi kaNkulunkulu uqhubekela phambili;
Nakuba inhloso isele ingaguqukile,
indlela yomsebenzi Wakhe ilokhu iguquka,
futhi kuba njalo nakulabo abamlandelayo.
29.10.18
Zulu gospel song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu
Zulu Gospel Song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu
I
Uyawazi yini umthwalo, umsebenzi nokuthunywa okusehlombe lakho?
Sikuphi isenzakalo esingokomlando wakho wokuthunywa?
Uyoba kanjani ngumphathi omuhle enkathini ezayo?
Ngabe umuzwa wakho wokuphatha uqinile?
27.10.18
South African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe"
South African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
UNkulunkulu wadala isintu;
noma umuntu ekhohlakalisiwe
noma elandela Yena,
uNkulunkulu uphatha isintu njengalabo abazisayo,
noma njengoba umuntu engasho, njengesihlobo Sakhe esithandeka kakhulu.
Isintu asiyona into yokudlala Kuye.
4.10.18
South Afrcan Gospel song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South Afrcan Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.
28.9.18
South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo
Esehlela esizweni sikadrako omkhulu obomvu.
UNkulunkulu uyaphenduka abheke umhlaba bese uqala uzamazama.
Ngabe ikhona indawo engabhekani nokwahlulela Kwakhe?
Noma iphile esishayweni asehlisile?
Kuphi naphi lapho Eya khona Usakaza imbewu yencithakalo,
Kodwa ngakho unika insindiso futhi ekhombisa uthando Lwakhe.
UNkulunkulu ufisa ukwenza abantu abaningi bamazi Yena, baMbone bese bemhlonipha kakhulu.
Abakaze baMbone sonke lesi khathi, kodwa manje Ungokoqobo impela.
26.9.18
South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" The Church's Documentary 2018
South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" The Church's Documentary 2018
Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila…. Lokhu konke kuklanywe ngokumangalisayo—ingabe ukhona Onamandla obusa futhi ahlele konke lokhu? Selokhu safika sikhala kulo mhlaba saqala ukufuna ukudlala izindima ezahlukene ekuphileni. Sisuka ekuzalweni siye ekugugeni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kwenjabulo nosizi…
22.9.18
South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"
South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"
I
UNkulunkulu ubheka phansi abuke zonke izinto ephezulu, futhi ubusa phezu kwakho konke ephezulu.
Ngendlela efanayo, uthumele insindiso Yakhe emhlabeni.
Asikho isikhathi uNkulunkulu asuke engabhekile ngaso, esendaweni Yakhe efihlakele, konke ukunyakaza kwabantu, konke abakushoyo nabakwenzayo.
20.9.18
Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho
South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"
I
UNkulunkulu uwumthombo wokuphila komuntu;
izulu nomhlaba kuphila ngamandla Akhe.
Akukho okuphilayo okungazikhulula ekubuseni nasegunyeni likaNkulunkulu.
Akunandaba ukuthi ungubani,
wonke umuntu kufanele alalele uNkulunkulu,
athobele ukubusa Kwakhe, ukuqondisa nemiyalelo Yakhe!
18.9.18
South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"
South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"
I
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo Yakho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando Lwakho luzungeza inhliziyo yami.
Labo abafuna iqiniso—bathanda uNkulunkulu, bonke.
Ekuseni ngovivi, nakuba ngivuka ngedwa, injabulo isenhliziyweni yami lapho ngizindla ngamazwi kaNkulunkulu.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)