Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.
!doctype>
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Imibuzo Nezimpendulo ngeVangeli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Imibuzo Nezimpendulo ngeVangeli. Bonisa konke okuthunyelwe
9.1.19
29. INkosi uJesu isethembise ukuthi, “noma ubani okholwa kuye ngeke abhubhe, kodwa uyokuba nokuphila okuphakade.” UNkulunkulu uzokufeza kanjani lokho akushilo?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Kanjalo noKristu wanikelwa kanye ukuba athwale izono zabaningi; futhi kulabo abamfunayo uyakubonakala ngokwesibili ngaphandle kwesono kube ngukusindiswa” (KumaHebheru 9:28).
“Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje. Noma kunjalo, uma esefikile yena, uMoya weqiniso, uzoniholela kulo lonke iqiniso” (Johane 16:12-13).
7.1.19
25. Izono zethu zaxolelwa ngemva kokukholwa eNkosini, kodwa sisona kaningi; ekugcineni singakubalekela kanjani ngokuphelele ukuboshwa yisono?
“Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje. Noma kunjalo, uma esefikile yena, uMoya weqiniso, uzoniholela kulo lonke iqiniso: ngoba akazukuzikhulumela, kodwa lokho azokuzwa, uzokusho: futhi uzonikhombisa okuzayo” (Johane 16:12-13).
“Bangcwelise ngeqiniso lakho: izwi lakho liyiqiniso” (Johane 17:17).
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)