USiqiu Edolobheni LaseSuihua, Esifundazweni saseHeilongjiang
Noma nini uma ngibona le ndima elandelayo yamazwi kaNkulunkulu, “Uma kade selokhu wethembeke kakhulu futhi ungithanda, kodwa uhlushwa ukugula, izinkinga zokuphila, kanye nokushiywa abangane nezihlobo zakho noma ukukhuthazelela noma yiziphi ezinye izinhlekelele ekuphileni, ingabe ukwethembeka kwakho kanye nothando lwakho Ngami kusazoqhubeka?” (“Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)” kwethi Izwi Livela Lisenyameni).