UJiayi Edolobheni LaseFuyang, Esifundazweni Sase-Anhui
Imvelo yami inokuzithwala kakhulu; kungakhathaleki ukuthi ngenzani, njalo ngisebenzisa ukuhlakanipha nendlela engizisungulele yona ukuze ngibonise ubuhlakani bami futhi ngaleyo ndlela ngiphambana njalo namalungiselelo omsebenzi ukuze ngenze izinto ngendlela yami.